Bafuna usizo abakwa-1Time

2012-08-22 10:08

Johannesburg - Inkampani yezindiza i-1Time Holdings isihambise amaphepha esicelo sokwelekelelwa ebhiziniisini njengoba izinto zilokhu zinhlanga zimuka nomoya, zonakala.

Iphephandaba iBusiness Day libike ukuthi isicelo sifakwe ebhodini lenkampani, ngenxa yokubona izinto zikhula zonakala, kumanje inkampani kuthiwa isesikweletini sika-R320 million.

Inkampani lena etuswa ngokuba namanani amaphansi, ibe sezindabeni kulandela ukuthi izindiza zayo ezimbili zibe nenkinga yenjini izikhathi ezimbili zilandelana, esikhathini esingaphansi kwesonto.

Nokho kuthiwa okwamanje umsebenzi uzoqhubeka ngokwejwayelekile..

Ngasekuqaleni konyaka enye inkampani yezindiza iVelvet Sky, yaphoqeleka ukuthi ime ukusebenza kulandela ukuba nenkinga yezimali.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C Sunny. Mild. Pta: 17-30°C Showers early. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-24°C Passing showers. More sun than clouds. Mild. Bloem: 15-21°C Rain showers. Mostly cloudy. Mild.
Dbn: 18-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 16-20°C Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...