Awugwazanga uMTN - Isikhulu

2012-06-07 11:16

Johannesburg - Njengoba zibukeka ziqonga izinkinga ezibhekene nenkampani yakwaMTN e-Iran, isikhulu esesashiya inkampani uPhuthuma Nhleko uthi akukho zehlakalo zokugwaza ezaba khona ngesikhathi ephethe.

UNhleko waba yisikhulu nomengameli wenkampani isikhathi esilinganiselwa eminyakeni engu-10‚ washiya ngenyanga kaMashi kulo nyaka.

"Ngiyazi ngezinkulumo ezikhona eziqhubekayo mayelana nezinsolo ezibekwe ngabakwaTurkcell. Ngiyaphinda ngiyasho ngithi ngesikhathi mina ngiphethe, akaze samukele gwaxaza futhi nathi ayikho esayikhipha," kusho uNhleko.

Inkampani iTurkcell ithi uMTN wagwaza ukuze uzothola ilayisense e-Iran, kumanje uphiko lwakuleli loKlebe luthe luzophenya ngalezi zinsolo.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-21°C More sun than clouds. Mild. Pta: 11-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 15-28°C Morning clouds. Warm. PE: 13-22°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...