'Amazwe e-Brics awahwebelane wodwa'

2011-04-18 10:31

Johannesburg - UNgqongqoshe wezoHwebo neziMboni uRob Davies uthi amazwe e-Brics angabona ukudlondlobala kweminotho yawo uma engase ahwebelane wodwa ngaphandle komxhumanisi, yikhona bezogwema iDola noPondo, kibuka i-East Coast Radio.

Bekumele kube eminye yemibono ehlaluke engqungqutheleni yesithathu phakathi kweBrazil, Russia, Ndiya, China neNingizimu Afrika.

UDavies, ekhuluma nabezindaba ePitoli izolo, uthe uhlelo olufana nalolu lungasusa "umxhumanisi" kanti futhi lingasiza ekongeni imali eningi.

Lo mbono kaDavies uvuse umbuzo wokuthi la mazwe azolibala kanjani izinga lokuhwebelana.

UDavies ugcizelele ngokuthi uhlelo olufana nalolu luyadingeka eminothweni yamazwe omhlaba ukuze ikhule ngokushesha.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-25°C Sunny. Warm. Pta: 19-30°C Rain late. Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 16-26°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. Bloem: 14-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-21°C Showers late. Increasing cloudiness. Cool. PE: 16-18°C Showers early. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...