AbakwaMotsepe bazonikela ngezigidi

2013-01-30 14:05

Johannesburg - Isiqumama esinguPatrice Motsepe kanye nomndeni waso kulindeleke banikele ngengxenye yezimpahla abazihlomula esikhwameni somndeni iMotsepe Foundation.

Imali ezotholakala izosetshenziselwa ukusiza abantu abahlwempu, kusho umndeni.

Okwamanje akukazeki ukuthi ungakanani lo mnikelo.

"Nganquma kudala ukuthi kumele sinikele ngengxenye yemali, sisize abantu abahlwempu baseNingizimu Afrika. Kumele siqikelele ukuthi konke kwenziwa ngendlela engeke isidalele amazinyo abushelele kubaxhasi bethu," kusho isitatimende sikaMotsepe.


 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Rain showers. Afternoon clouds. Cool. Pta: 3-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-13°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 0-10°C Sunny. Cool.
Dbn: 10-18°C More sun than clouds. Cool. PE: 11-18°C Rain early. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...