Ababhikishi bashaye amaloli ngamatshe

2012-09-25 14:03
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Abashayeli bamaloli abasesitelekeni bashaye ngamatshe amaloli abedlula ngendlela enkabeni yedolobha eGoli ngoLwesibili, kusho amaphoyisa kamasipala.

"La maloli abedlula eBeyers Naude Square, nalapho abashayeli bamaloli bebambe khona umbhikisho," kusho uChief Superintendent Wayne Minnaar.

"Kucelwa izinkampani ukuba zingawathumeli amaloli enkabeni yedolobha ukuze kugwenywe izigameko zodlame nokucekelwa phansi kwamaloli."

Ngaphambilini, iSA Transport and Allied Workers' Union (Satawu) ithe bangaphezu kuka-20 000 abasebenzi basembonini yamaloli athwala impahla abangene esitelekeni befuna ukunyuselwa amaholo ngoLwesibili.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-16°C Showers early. More sun than clouds. Cool. Pta: 3-17°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-14°C Sunny. Cool. Bloem: 1-15°C Sunny. Cool.
Dbn: 9-25°C Sunny. Mild. PE: 12-20°C Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...