ezamabhizinisi

IJalimane izofaka izindodla kuleli

2014-11-22 14:48

Izwe laseJalimane lizofaka isamba esingu-R1 billion, emsebenzini elizowenza ngokubambisana neNingizimu Afrika, kusho ungqongqishe kuhulumeni.

Okusha ngabakwaGupta

2014-11-22 12:20

Umndeni wakwaGupta, ongundabamlonyeni, nekwaziwa ukuthi unobungani noMengameli wezwe uJacob Zuma, ungase ubhalise inkampani yezimayini yase-Ukraine, ngaphansi kweJSE.

Kusazoqhubeka ukucishwa kukagesi - Eskom

2014-11-22 11:02

Kuzoqhubeka ukucishwa kukagesi kuze kube kuphela impelasonto, kusho umbiko wabakwa-Eskom, othi abantu abazilungiselele.

Lingase ligcwale umoya kwabasebenza ePosini

2014-11-21 12:33

AbasePost Office bathi bangase baphoqeleke ukuba baxoshe abasebenzi asebeteleke cishe izinyanga ezine bephazamisa ukusebenza kweposi izwe lonke.

Abakwa-Eksom abafuni ukuphumela obala

2014-11-21 07:37

U-Eskom walile ukuphawula ngalokho okubize ngokuthi amahlebezi mayelana nokuqhekeka kweminye yemibhoshongo egcina amalahle esikhungwenu esiphehla ugesi iMajuba, eMpumalanga.

INumsa ibabela enkantolo ngolweCosatu

2014-11-20 09:35

INumsa kanye nezinyunyana eziyisikhombisa sebefake amaphepha eNkantolo eNkulu eGoli ngemizamo yokuphoqa iCosatu ukuba ibambe ingqungquthela kazwelonke eyisipesheli.

Ukudla, izingubo notshwala kuhamba phambili eSA ngoDisemba

2014-11-18 14:31

Ukudla, izingubo kanye notshwala yizinto ezizobe ziphambili ohlwini lwamakhasimende ngesikhathi sikaKhisimusi eNingizimu Afrika.

Luncane uguquko ezimayini - Inhlangano

2014-11-18 12:31

Luncane kakhulu uguquko olukhona embonini yezimayini kusukela kwaqubuka udlambedlu emayini yaseMarikana ngonyaka ka-2012, kusho inhlangano iBench Marks Foundation.

IPopcru ithi kuyayinyanyisa ukumataniswa neNumsa

2014-11-17 14:31

IPolice and Prisons Civil Rights Union (Popcru) ithe amalungu ayo azwakalise ukungenami njengoba le nyunyana imataniswa neNational Union of Metalworkers of SA (Numsa)

Abaholi bathembisa ukuqeda nya nge-Ebola

2014-11-15 13:01

Abaholi bamazwe acebile emhlabeni bathembise ngokuthi bazokwenza konke okusemandleni abo ukuqeda ngegciwane le-Ebola elihlasele emazweni aseNyakatho Afrika.

Inkohlakalo idla lubi emazweni asathuthuka

2014-11-14 12:31

Inkohlakalo nokungakhokhwa kwentela yizinto ezilimaza kakhulu umcebo wezimboni kanye nowamazwe, kusho izishoshovu ngaphambi kokuqala kwengqungquthela ye-G20.

Nisebenzise imali ngokucophelela - NCR

2014-11-13 11:03

Abathengi bayayalwa ukuthi baqaphele izikhangisi ezizobenza basebenzise imali budedengu njengoba kuza isikhathi samaholidi kaKhisimusi.

Kuboshwe ozame ukuqola u-R800 million

2014-11-13 07:03

Uboshiwe uchwepheshe wamakhompyutha owasebenzisa i-internet, ngenhloso yokweba imali engaba ngu-R800-million, kwaGautrain.

Izolahlekelwa yizindodla iCosatu

2014-11-12 08:03

Umfelandawonye wezinyunyana zabasebenzi, ungase ulahlekelwe yisamba esingaba ngu-R1m, ngenyanga, njengoba sekuxoshwe inyunyana iNumsa.

 

 

Ikomidi linezinhlelo ngowamabhizinisi amancane

2014-11-21 14:34

Ikomidi lezokuthuthukiswa kwamabhizinisi amancane lithembise ngokuthatha izinyathelo eziqinile ukubhekana nalo Mnyango kulandela umhlangano elibe nawo nePlastic South Afrika.

Seziyalunga izinto ePosini

2014-11-21 09:38

Kungenzeka ukuba amakhasimende akhahlamezekile ngesiteleka sasePosini asezothola izindaba ezinhle, njengoba sekunezimpawu ezikhomba ukuphela kwazo.

Inkantolo ivune inkampani yezimayini ngoluthinta iNUM

2014-11-20 11:06

Inkampani yezimayini iGlencore ivunwe yiNkantolo yezabaSebenzi emizameni yayo yokuvimbela iNational Union of Mineworkers ukuba ingene isiteleka.

Izindaba 'ezinhle' kubashayeli bezimoto ngoDisemba

2014-11-19 14:30

Amanani kaphethiloli angase ehle ngo-72 cents ilitha ngoDisemba 3, ngokwezibalo zakamuva zoMnyango wezaMandla.

'Bakhale ngomnotho okhulula kancane kweyeG20'

2014-11-18 13:33

Ukukhula kancane komnotho ngezinye zezinto ebezikhathaze abaholi engqungqutheleni ye-G20 ebibanjelwe eBrisbane, e-Australia.

Uhulumeni uzosebenzisa u-R24bn ukulwa ne-HIV/Aids

2014-11-18 09:31

INingizimu Afrika ihlela ukusebenzisa u-$2.2bn eminyakeni emibili ezayo ukuthengela izibhedlela zikahulumeni imishanguzo yegciwane ye-HIV/Aids.

Umthengi uthi uthole isele esaladini lakwaWoolies

2014-11-17 09:31

Izinkinga zilokhu zisihaqile isitolokazi esithengisa ukudla nezingubo zokugqoka, iWoolworths.

UWoolworths ufake isicelo sokuvimbela ababhikishi

2014-11-14 18:37

Isitolo esidayisa ukudla nezimpahla zokugqoka kuleli sesifake isicelo esiphuthumayo enkantolo ukuvimbela ababhikishi abaseka iPalestine bangabhikishi ngaphakathi esitolo.

I-NUM isayine isivumelwano ngokudilizwa kwabasebenzi

2014-11-13 11:02

INational Union of Mineworkers isisayine isivumelwano neSibanye Gold sokwehlisa izinga lokudilizwa kwabasebenzi emayini yaseCooke 4, kusho iNUM.

Kulindelwe isinqumo ngesikhangiso esigxeka u-Cell C

2014-11-13 07:56

Inkantolo eNkulu eGoli kulindele ikhiphe isinqumo ngesicelo sabakwa-Cell C mayelana nesikhangiso esigxeka le nkampani.

Inkantolo ichithe isicelo sikasihlalo weSABC

2014-11-12 12:34

INkantolo ePhakeme yaseKapa isichithile isicelo sikaSihlalo weBhodi lakwaSABC u-Ellen Tshabalala sokuthi ikomidi lePhalemende lingamphenyi mayelana neziqu zakhe.

 
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Scattered clouds. Mild. Pta: 17-25°C a few tstorms. Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 13-18°C Showery. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 15-21°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Dbn: 19-24°C Rain showers. Afternoon clouds. Mild. PE: 17-20°C Showers early. More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...