Zimkhalele obulale indodana eyisola ngokuthatha u-25c engazi

2016-08-31 16:02

Bulawayo - Kubikwa ukuthi owsifazane waseChitungwiza uboshewe esiteshini samaphoyisa aseSt Mary ngemuva kokushaya aze abulale indodana yakhe.

Lesi sigameko senzeke ngobusuku bangoLwesibili.

OLUNYE UDABA: Ugwetshiwe owesilisa, 25, owabulala indodakazi yakhe

Umthombo osondelene nodaba utshele abezindaba iBulawayo24 ukuthi, "Owesifazane waseSt Mary ushaye indodana yakhe yaze yashona ngezinsolo zokuthatha imali yendlu engu-R0.25c engazi yena ngoLwesibili ebusuku, uboshelwe ukubulala indodana, 14, esemakhazeni aseChitungwiza."

 
"Akwaziwa ukuthi usebenzise siphi isikhali kodwa uyishaye ngesikhathi ekhanda," kusho umthombo.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-19°C Sunny. Mild. Pta: 15-23°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 12-21°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 7-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-22°C Light rain early. Morning clouds. Cool. PE: 12-20°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...