VIDEO: Kufuthwe amakhondomu kungcwatshwa umqwayizi

2017-03-17 11:00

Harare - Kume yonke into endaweni kungcwatshwa umqwayizi, abantu abebewuhambele bephethe amakhondomu efuthwe enziwa amabhelunde, ibhokisi layodlula ethaveni.

IH-Metro ibike ukuthi abantu abebehambele lo mngcwabo bebedlalisa la makhondomu, bedansa befequza - nokuyimidanso okuthiwa ihambiselana nokuqwayiza.

Lo mngcwabo uqoshwe kwi-video efakwa enkundleni yezokuxhumana iYouTube.

Kule video kubonakala abantu bebhiyoza, ibhokisi lomngcwabo lintanta emoyeni, umculo ukhalela phezulu.

IVIDEO:

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-21°C Morning clouds. Mild. Pta: 6-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-20°C Sunny. Mild. Bloem: 0-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-27°C Sunny. Warm. PE: 10-24°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...