Ushonile ogxavunwe ushaka edoba olwandle

2016-10-05 18:01

Maputo – Usashaqekile owesilisa ozibonele ngawakhe umngani wakhe ehlaselwa wushaka bedoba olwandle.

Lokhu kwenzeke ngaseMaxixe eningizumu neMozambique ngesikhathi amadoda amabili edoba.

OLUNYE UDABA:Owesilisa ushone ngemuva kokudlavunwa ushaka

Kuthiwa lo shaka uhlasele le ndoda iseduze komngani ngamamitha amahlanu kanti bekungekho obekungenziwa wumngani ukusindisa impilo yakhe.

Ngokusho kwezakhamuzi zakule ndawo, lesi isigameko sesibili sokuhlaselwa komdobi kule ndawo.

     - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

      - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-17°C Rain early. More sun than clouds. Cool. Pta: 13-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 9-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 15-23°C More sun than clouds. Mild. PE: 14-19°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...