Useboshiwe owabulala ishende lomkakhe

2016-09-27 12:34

Bulawayo - Iboshwe ngeSonto indoda ebibalekile kulandela ukushaya ibulale ishende lomkayo epulazini laseTalent eConcession, eMashonaland.

USamson Matakure uboshwe ngesikhathi ezama ukudayisa umbila ukuze ezothola imali yokubaleka.

OLUNYE UDABA: Kuyaphenywa ngowesifazane oshone evakashele ishende

Amaphoyisa aphuthumile kulandela ukujcinzwa indlebe ngoMatakura waboshwa.

Kunemibiko engaqinisekisiwe ethi unkosikazi wakhe uSharon Kamuzati naye kungenzeka ukuthi washona, kubika iBulawayo24


- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C Tstorms early. Morning clouds. Mild. Pta: 11-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 11-24°C Sunny. Mild. Bloem: 8-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-32°C Sunny. Hot. PE: 16-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...