Owesilisa uhlasele i-EX ngembazo eyisola ngokuthi yamsulela nge-HIV

2016-12-07 18:00

Bulawayo - Indoda eneminyaka engu-28 ubudala yaseMangwe ivele enakntolo ngelokuzama ukubulala ngemuva kokugenca ngembazo ekhanda owayeyinkosikazi yaqa yamshiya kanjalo ngemuva kokumsola ngokumsulela nge-HIV.

Le ndoda, kuthiwa yangena endlini yalo wesifazane ngezithuba zabo-23:00 esalele yamhlasela.

OLUNYE UDABA: Uzolengiswa oweba imali ebamba inkunzi

Umsolwa uvele enkantolo yemantshi yasePlumtree ngecala lokuzama ukubulala.

Umsolwa uzogqunwa esitokisini kuze kube wumhlaka-15 December eseyovela enkantolo.

Umshushisi uthe umsolwa wayeka ukuhlasela isisulu ngoba sekungenelele umama wesisulu owayelele kwelinye igumbu endlini.

 - Bulawayo24

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C Scattered showers. More sun than clouds. Mild. Pta: 4-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-20°C Sunny. Mild. Bloem: 2-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-24°C Partly cloudy. Mild. PE: 12-18°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...