Owesilisa ugwazwe umakhelwane kubangwa intombi

2016-12-08 18:01

Bulawayo - Izipholisa amanxeba indoda ngemuva kokugwazwa ngommese wumakhelwano wayo kubangwa intombi.

U-Andrew Ndlovu, 20, akabuzwanga ukuthi uyaliphika noma uyalivuma yini icala ngesikhatghi evele eNkantolo yeMantshi yaseBualwayo ngecala lokuhlasela.

Udaba luhlehliselwe usuku eliyoqala ukuqulwa ngalo.

OLUNYE UDABA:Indoda ibulale umakhelwane kubangwa umqwayizi

Inkantolo ilalele ukuthi ngomhlaka-22 Novemba kulo nyaka ngezithuba zabo-08:00 keabangokungabini ngaso linye phakathi kukaStanley Siazanga noNdlovu kubangwa intombi.

UNdlovu wakhipha ummese awusebenzisela ukugwaza uSiazanga ndololwaneni ngaphambi kokungenela ngezibhakela.

USiazanga walimala, udaba lwabikelwa amaphoyisa, uNdlovu waboshwa.

 - Bulawayo24

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-23°C Partly cloudy. Mild. Pta: 18-32°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 18-28°C More sun than clouds. Warm. Bloem: 16-28°C Rain late. Mostly cloudy. Warm.
Dbn: 21-27°C Mostly cloudy. Warm. PE: 20-26°C Showers late. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...