Kushone 14 kungqubuzana itekisi nebhasi

2018-01-26 18:04

Algiers - Ingozi eyenzeke phakathi kwebhasi kanye netekisi iphethe ngokuthi kushone abantu abangu-14 e-Algeria, kwathi abanye abangu-22 balimala kulesi sigameko esenzeke ngoLwesine, kusho iziphathimandla.

Le ngozi yenzeke eSfid, okunguthelawayeka oxhumanisa izindawo ezisenyakatho-ntshonalanga yeSaida ne-El Bayadh, ngokusho kwabezimo eziphuthumayo.

Abantu abangu-22 abalimele baphuthunyiswe esibhedlela.

Izingozi zomgwaqo zidlula nemiphefumulo yabantu abalinganiselwa ku-4 000 ngonyaka e-Algeria, kanti imbangela enkulu yazo ukungahlonishwa kwemithetho yomgwaqo.

ISITHOMBE:

- AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Sunny. Cool. Pta: 18-31°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-28°C Afternoon clouds. Warm. Bloem: 17-29°C Mostly sunny. Warm.
Dbn: 21-30°C Sunny. Warm. PE: 18-27°C Rain late. Afternoon clouds. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...