Kuminze amasosha ebalekela iBoko Haram

2016-10-20 14:33

Abuja – Kuminze inqwaba yamasosha eYobe River enyakatho-mpumalanga yezwe laseNigeria ngesikhathi ezama ukubalekela amaphekula eBoko Haram ngoMsombuluko, ngokombiko wePremium Times.

Abalelwa kwangu-22 amasosha okumanje ayelulama esibhedlela ezweni elingumakhelwane iNiger Republic kulandela isehlakalo.

Funda nalolu daba: Indoda ibhunyele inkosikazi ngephalishi

Amasosha abesebenzela eGashigar, esifundeni saseBorno, ngasemngceleni waseNiger, ngesikhathi amaphekula ehlasela, amasosha aphoqeleka ukuba abaleke, amanye angena emfuleni, kusho imithombo engaphakathi emasosheni.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-23°C Sunny. Mild. Pta: 14-32°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 7-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 20-24°C Morning clouds. Mild. PE: 16-24°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...