Kulimale 14 wabantu kulwa abalandeli bebhola

2017-03-04 17:00

Rabat – Bangu-14 abantu abathole ukilimala ngesikhathi kulwa abalandeli bebhola enyakatho yezwe laseMorocco e-Al-Hoceima ngoLwesihlanu, kusho umnyago wezangaPhakathi.

I-video efakwe yizakhamuzi enkundleni yezokuxhumana iveza kulwa abalandeli bamaqembu amabili edolobheni laseMediterranean.

"Abalandeli bamaqembu amabili batholane phezulu eduze kwenkundla yezemidlalo, kusho umnyango,” obike ukuthi kulimale impahla kanti abantu abangu-14 bangeniswe esibhedlela.

OLUNYE UDABA: Zimkhalele oshaye unodoli obubekwe amaphoyisa

Uthe kungenelele iziphathimandla, kwaboshwa abantu kulesi sehlakalo.

Udlame lusuke ngemuva komdlalo obuphakathi kweWydad of Casablanca neChabab Rif Al-Hoceima.

- AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-17°C Sunny. Cool. Pta: 5-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 1-17°C Sunny. Mild. Bloem: -2-17°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-20°C Morning clouds. Cool. PE: 7-21°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...