Kufunwa owagenca umkakhe, enqabe ukwenza ucansi

2015-11-16 11:31

Bulawayo - Kumbuklwa kwembeswa kowesifazane oneminyaka engu-22 ubudala waseMganwini esibhedlela iUnited Bulawayo kulandela ukugencwa ngocelemba umyeni wakhe ngenxa yocansi.

USikhululekile Ndlovu wanqaba ukuzibandakanya ocansini nomyeni wakhe.

UMyeni kaNdlovu u-Alfred Lunga uthe oneminyaka engu-33 ubudala uhlala nonkosikazi wakhe emzini kamamezala wakhe.

OLUNYE UDABA: Bathi sebekhatele ucansi lotokoloshe abashadikazi

Lesi sehlakalo esinyantisa igazi senzeke ngeSonto ekuseni ngezithuba zabo-07:00.

ULunga akazange agcine ngokugenca unkosikazi wakhe ekhanda kodwa washumpula neminwe emibili ngaphambi kokubaleka.

Njengamanje amaphoyisa athungatha uLunga, kubika iBulawayo24.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-22°C High level clouds. Mild. Pta: 14-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-25°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 8-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 17-21°C Partly cloudy. Cool. PE: 15-19°C Decreasing cloudiness. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...