Kuboshwe owesilisa 'ngokunquma' udadewabo ikhanda

2017-07-16 13:30

Harare - Owesilisa oneminyaka engu-22 ubudala waseKaroi uboshiwe ngemuva kwezinsolo zokunquma udadewabo ikhanda ukuze ezolidayisela usomabhizinisi wasendaweni.

Imithombo esondelene nesigameko ithi umsolwa ubanjwe ngemuva kokubonakala egqoke izingubo ezinegazi.

OLUNYE UDABA: Kuxoshwe amadodana kaMengameli efulethini likanokusho

"Umsolwa ubethenjiswe ukukhokhelwa u-$4000 uma engaletha ikhanda lomuntu,  wabe esebulala udadewabo, waya kusomabhizinisi owaziwa ngoGiant endaweni.

"Abantu babone igazi ezingubeni zakhe, babiza amaphoyisa afike ambopha ngecala lokubulala, kusho umthombo.

- Bulawayo24

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-22°C Morning clouds. Mild. Pta: 13-18°C Numerous showers. More clouds than sun. Mild.
Jhb: 11-15°C Rain showers. High level clouds. Cool. Bloem: 10-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 17-21°C Passing showers. Morning clouds. Cool. PE: 13-18°C a few showers. Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...