Kuboshwe obanjwe namadayimane e-andeni

2015-12-07 18:07

Harare – Iboshiwe indoda yasempumalanga neZimbabwe ebanjwe ishushumbisa amadayimane angu-72 iwafake e-andeni, kubika iphephandaba.

Ngokusho kwephephandaba lamadayimane abiza imali engu-$14 335.

UTapiwa Brian Mhlanga, 29, uzame ukubalekela amaphoyisa abefuna ukuyisesha emngceleni waseForbes phakathi kwaseZimbambwe naseMozambic.

OLUNYE UDABA: Abakuleli baboshelwe ukushushumbisa eZim

Amaphoyisa ayihlule ngamandla ayibamba ase eyisesha.

Ngesikhathi bemthinta ibhulukwe baathole ukuthi kunoshekhasi ababili abagcwele amadayimane angu-72.

UMhlanga usevelile enkantolo ngamacala okutholaka nokushushumbisa amadayimane.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     


- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-23°C Sunny. Mild. Pta: 14-32°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 7-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 20-24°C Morning clouds. Mild. PE: 16-24°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...