Ithi ibiholwa imimoya etholwe izula esontweni inqunu

2016-09-24 17:29

Abuja - Abedolobha eliseBenin kwisifunda sase-Edo bathole indoda izula zula ngesudi yesele ngaphakathi esomagcekeni esonto, kubika abezindaba iPunch.

Le ndoda esikhulile ethe idabuka kwisiFunda saseDelta ibonakale ekuseni ngovivi, ibonwa ngamalungu ebandla.

OLUNYE UDABA: Isimanga sendoda ethwabaza inqunu eKapa

Amanye amalungu ebandla asola ukuthi le ndoda ingumthakathi njengoba ibincanyana ngomzimba futhi ibiphukile edolweni.

Le ndoda ithi imimoya eyihiolele esontweni.

Okhulumela amaphoyisa uTheodore Okafor akatholakalanga ephawula ngodaba.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-19°C Sunny. Mild. Pta: 9-24°C Mostly sunny. Mild.
Jhb: 5-20°C Sunny. Mild. Bloem: 3-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-21°C Scattered tstorms late. Morning clouds. Cool. PE: 11-21°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...