Iphoyisa lizibulalele 'eyesondlo'

2017-01-04 08:29

Bulawayo - Indoda okukholakala ukuthi iyiphoyisa kusolwa ukuthi izibulele ngenxa yezinkinga zemali yesondlo.

Kuzungeze isithombe sale ndoda idindilize eceleni kwesibhamu, inenxeba lokudutshulwa ekhanda, ezinkundleni zokuxhumana.

OLUNYE UDABA: Ufake unkosikazi enkantolo efuna isondlo

Abanye abantu ezinkundleni zokuxhumana bathe leli phoyisa belisebenzela esiteshini samaphoyisa aseMatapi eMbare, eHarare.

Ufdaba oluphelele luya landela.

 - Bulawayo24

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-20°C More sun than clouds. Mild. Pta: 10-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-23°C Sunny. Mild. Bloem: 5-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-27°C Sunny. Warm. PE: 13-21°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...