Buka: Umfundisi ekhuluma 'noNkulunkulu' ocingweni enkonzweni

2017-05-22 19:29

Johannesburg - Sekusabalale ivideo yomfundisi waseZimbabwe othi ukhuluma noNkulunkulu ocingweni ngesikhathi kunenkonzo.

Kule video umfundisi uPastor Paul Sanyangor weVictory World International Ministries Church ubonakala ekhuluma "noNkulunkulu".

Enkundleni yezokuxhumana iYouTube ngoMsombuluko, le video isibukwe ngabantu abangaphezu kwabangu-77 000 kanti akucaci ukuthi iqoshwe kuphi.

I-CRL Rights Commission ithi izolulubhekisisa lolu daba.

Kule video lo mfundisi ubonakala ehla enyuka phambi kwebandla ekhuluma nocingo.

 - IVIDEO:

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-22°C High level clouds. Mild. Pta: 15-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 13-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 9-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 17-20°C More clouds than sun. Cool. PE: 14-18°C Decreasing cloudiness. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...