Buka: Owesilisa emi ethuneni ekhuluma kabi ngobengcwatshwa

2017-05-04 12:32

Harare – Owesilisa waseZimbabwe wenze okungajwayelekile efika emngcwabeni etshela abantu ukuthi umufi bekungumuntu onenhliziyo embi.

"ULameck" - okunguLameck Makwiramiti – ungundabamlomyeni ngemuva kokusabalala kwe-video emveza emi ethuneni etshela abantu izinto ezingezinhle ngomufi.

Kule video, uMakwiramiti uthi uMai Tumba (ongowesifazane obengcwatshwa) wahlukumeza umndeni wakhe ngemuva kokuba indodana yakhe umufi imithise indodakazi yakhe uMakwiramiti.

OLUNYE UDABA: Kugobhoze igazi izelamani zibanga ukudla

Lona wesilisa ubephethe umzukulu wakhe ngesikhathi ekhuluma.

Ngemuva kwesenzo sakhe, abantu bayabuzana ukuthi ngabe okwenziwe uMakwiramiti kuyancomeka yini.

Kodwa abanye bathi ubeyigwala ngokukhuluma eseshonile uMai Tumba.

Buka-video ngezansi:

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C Morning clouds. Mild. Pta: 17-27°C Numerous showers. Mostly cloudy. Warm.
Jhb: 14-22°C Heavy rain. More sun than clouds. Mild. Bloem: 10-27°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-22°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 13-19°C a few showers. Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...