BUKA: Indodana kaMugabe ithela iwashi layo likanokusho ngesiphuzo

2017-11-08 16:00

Harare - Sekuvumbuke i-video etshengisa indodana kaMengameli Robert Mugabe encane, uBellarmine Chatunga, ethela iwashi lakhe ngewayini likanokusho esebumnandi nomfowabo nabangani.

Kule video kuzwakala umculo kaKwesta ugqoma ngemuva, kuphinde kubonakale enye indodana kaMugabe, uRobert Junior, igaxe owesifazane, okukholakala ukuthi basendaweni yobumnandi eSandton, lapho lezi zelamani ezihlala khona.

Le video ibe isiveza uBellarmine nomunye umuntu ongaziwa ethela leli wayini okuyi-Armand de Brignac emawashini abo egolide.

Leli wayini elihlwahlwazayo libiza imali eshisiwe.

Buka nansi i-video ngezansi:

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C Morning clouds. Mild. Pta: 17-27°C Numerous showers. Mostly cloudy. Warm.
Jhb: 14-22°C Heavy rain. More sun than clouds. Mild. Bloem: 10-27°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-22°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 13-19°C a few showers. Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...