Bagwetshiwe abelungu abanqaba namapulazi eZimbabwe

2016-09-21 14:30

Harare – Abelungu baseZimbabwe bagwetshwe izinyanga eziyishumi nambili ngokunqaba ukuhambisana nemiyalelo yokuphuma emapulazini.

Lokhu kuyingxenye yohlelo lombidlango wezolimo kuleli lizwe.

OLUNYE UDABA:Kusolwa abalimi ngokubulawa komfana olusayo

Ngokusho kwephephandaba iNew Zimbabwe uPhillip Valentine, 40, uhudulelwe phambi kweMantshi uPoterai Gwezhira ngamacala okungahambisani nomthetho omisiwe.

UVilentine ugwetshwe izinyanga ezingu-12 ejele noma akhokhe inhlawulo ka-$600.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

   - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-22°C Morning clouds. Cool. Pta: 19-29°C Showers late. Morning clouds. Warm.
Jhb: 18-25°C Showers late. Morning clouds. Mild. Bloem: 16-29°C Drizzle. Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 21-26°C Tstorms late. More clouds than sun. Mild. PE: 18-24°C Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...