Abantu abawuvali umlomo ngembungculu kaMugabe

2017-04-13 06:57

Harare - UMengameli waseZimbabwe uRobert Mugabe, oneminyaka engu-93 ubudala, namuhla ubonakale nesitayela esisha ekhanda.

Iningi lithi ukugunda imbungculu kukaMugabe kumenze wabukeka njengomuntu osemusha ngesikhathi ethula inkulumo yakhe eHeroes Acre, eHarare.

Ukugunda kukaMugabe kukhulumise abantu abaningi ezinkundleni zokuxhumana.

OLUNYE UDABA: Ngiyabonga kakhulu qabane, Jacob Zuma - Mugabe

Akujwayelekile ukuthi uMengameli avele emphakathini egunde ngalolu hlobo.

Kodwa ngesikhathi ethula inkulumo yakhe bukhoma kumabonakude, bekunzima ukuthi ungaliboni "ikhanda lakhe elisha".

 - TWITTER:

 - EWN

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-17°C Rain early. More sun than clouds. Cool. Pta: 13-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 9-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 15-23°C More sun than clouds. Mild. PE: 14-18°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...