Ziyaqhubeka izimpi zeBoko Haram eNigeria

2012-12-31 07:26

Kaduna - Amasosha aseNigeria abulale abasolwa ngobuphekula abayisihlanu kwashona nephoyisa elilodwa, lokhu kwenzeke esehlakalweni sokuzama ukulwa neqembu lamaSulumane eliyizidlamlilo iBoko Haram.

Umbiko ukhishwe ngumbutho wamasosha ngeSonto.

Okhulumela amaphoyisa uLieutenant Lazarus Eli, uthi ukusebenzisana kwethimba iJoint Task Force (JTF) eDamaturu, nasenhlokodolobha eYobe State, yikho okwenza umbutho uphumelele ekulweni neBoko Haram.

"Amaphekula amane afe ujuqu kwashona isosha kwamilama nephoyisa. Abantu abangu-59 baboshiwe ngesikhathi kugasela amaphoyisa."

 


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-22°C Sunny. Mild. Pta: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 8-20°C Sunny. Mild. Bloem: 7-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-19°C Showers late. Afternoon clouds. Cool. PE: 12-18°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...