Ziyaqhubeka izibhelu eTunisia

2012-11-29 07:32

Tunis - Sesingenele osukwini lwesibili isiteleka edolobheni eliseTunisa njengoba kuqubuke udlame phakathi kwamaphoyisa nababhikishi, kwasala abantu abangu-17 belimele, kusho isikhulu sesibhedlela ngoLwesithathu.

Inyunyana yabasebenzi yiyo ehlele le mashi eSiliana, njengoba izakhamuzi zikhala ngokuntuleka kwemisebenzi.

Abazibonele bathi amaphoyisa asebenzise indluzula ukuhlakaza ababhikishi abebemasha ngokuthula.

“Sekuqubuke ukwesaba kanti nesimo sishubile,” kusho u-Iyadh Dahmani, noyilungu likahulumeni kuleya ndawo.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C Passing showers. Mostly cloudy. Cool. Pta: 4-17°C Sunny. Mild.
Jhb: 2-12°C Sunny. Cool. Bloem: 3-12°C More sun than clouds. Cool.
Dbn: 10-20°C Sunny. Cool. PE: 11-18°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...