Zithuka izanya izakhamuzi zaseGoma

2012-11-30 10:32
Yabelani Shicilela

Goma - Izakhamuzi zaseDR Congo, edolobheni elihaqwe wudlame iGoma, sezilala obenyoni njengoba amavukelambuso eseshiya kungene umbutho wezempi wezwe.

Isimo sishubile, njengoba kungekho owaziyo ukuthi uma izidlamlilo sezidedela amandla isimo sizoba njani.

Izigayigayi ze-M23 zithembise ngokuphuma kuleli dolobha ngoLwesihlanu.

"Njengoba i-M23 ingekho esimweni sokuphatha leli dolobha, asiwethembi nombutho wezempi," kusho uFrank, nongomunye wezakhamuzi ezikhathazekile.

Bazogxila kakhulu kulabo abasolwa ngokuba "bayizimpipi namavukelambuso", ikakhulukazi labo abakhuluma ulimi iKinyarwanda, kunezezela uFrank, ngenxa yokusolakala kweRwanda ekwesekeni amavukelambuso.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-26°C Sunny. Warm. Pta: 12-21°C Showers early. Mostly cloudy. Mild.
Jhb: 8-18°C Morning clouds. Mild. Bloem: 8-21°C Broken clouds. Mild.
Dbn: 14-22°C More sun than clouds. Mild. PE: 13-23°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...