Zisele dengwane izinkulungwane ezibaleka eLibya

2011-05-20 14:50
Yabelani Shicilela

Geneva - Inhlangano yamazwe omhlaba enikela ngosizo ithi izinkulungwane zabantu ababaleka udlambedlu lwaseLibya bayadinga edolobheni oluwugwadule eChad.

I-International Organization for Migration ithi bangaphezu kuka-3 800 abantu abaduve eZouarke, ngasemngceleni weNiger.

Okhulumela le nhlangano eGeneva uthi la bantu, okubalwa abesifazane abangu-310 nezingane, abanakho ukudla namanzi okwanele kanti iningi labo liyagula futhi abanye balimele.

UJean-Philippe Chauzy utshele izintatheli ukuthi kushone okungenani abantu abane ngokuphuza amanzi anamagciwane.

- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-20°C Afternoon clouds. Mild. Pta: 8-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-19°C Sunny. Mild. Bloem: 7-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-27°C Sunny. Pleasantly warm. PE: 12-24°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...