Zibulale 6 izikhukhula e-Angola

2012-11-15 16:25

Luanda - Okungenani abantu abayisithupha bashonile kwathi amakhulu ngamakhulu asala engenamakhaya ngesikhathi imvula enamandla ihlasela enhlokodolobha yase-Angola, iLuanda.

Izikhulu zithi imvula selokhu iyishaye kuqala isonto, ingane eneminyaka emine ubudala ishonile ngesikhathi iwelwa wudonga.

UTito Manuel osenhlanganweni ehambisa usizo, ukhiphe lokhu etshela abezindaba, uthe imigwaqo eminingi emikhulu ivaliwe njengoba izimoto zishelela.

Kuphinde kwabikwa ngokushona kukamama nosana, laba bashone edolobheni iBenguela, bathathu abanye ekubikwe ngabo eningizimu nezwe.




 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 9-15°C More sun than clouds. Cool. Pta: 8-17°C Rain late. Partly sunny. Mild.
Jhb: 5-13°C Showers late. Afternoon clouds. Cool. Bloem: 7-9°C Heavy rain. Mostly cloudy. Cool.
Dbn: 12-15°C Heavy rain. Mostly cloudy. Cool. PE: 12-14°C Scattered showers. Mostly cloudy. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...