Yisiqalo esisha lesi - Morsi

2012-12-27 12:14

Cairo – UMengameli waseGibhithe wama-Islamist usememezele umthethosisekelo omusha wezwe njengesiqalo esisha sezwe, usho kanje enkulumweni yakhe kumabonakude ngoLwesithathu, wase ecela iqembu eliphikisayo ukuba limjoyine ezingxoxweni ngemuva kwezinyanga kuqhubeka udlame, ukuze bagxile ekulungiseni umnotho osulimele.

UMohammed Morsi ubefuna ukwethula uMthethosisekelo we-Islamist kube umlando wokuguquka kwezinto kwelaseGibhithe, kodwa inkulumo yakhe ayenzanga okwanele ukuqeda izinsolo kulabo abesaba ukuthi yena neqembu iMuslim Brotherhood baqinisa umbuso wabo.

Kunalokho, wethule uMthethosisekelo owamukelwe cishe ngamavoti angu-64% okhethweni oluphothulwe ngempelasonto njengokwakha intando yabantu enamandla elinganayo kuhulumeni kanye nenkululeko yezombusazwe.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone 7 isitimela sishayisa ibhasi

Emizuzwini eyi-55 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-21°C Sunny. Cool. Pta: 18-30°C Tstorms late. Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 14-24°C Scattered showers. Afternoon clouds. Mild. Bloem: 16-24°C Widely scattered tstorms. Broken clouds. Mild.
Dbn: 19-27°C Tstorms late. Afternoon clouds. Warm. PE: 20-27°C Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...