Yamukelani imphumela yokhetho - Izingqapheli

2012-12-10 16:51

Accra - Izingqapheli zokhetho sezicele izakhamuzi zaseGhana ukuthi zamukele imiphumela yokhetho, evuna uMengameli uJohn Dramani Mahama.

Uphuma nje lo mbiko, iqembu eliphikisayo lisanda kukhalaza ngelikubize ngokukhwatshaniswa kwamavoti.

UMahama ukhulume wabonga abalandeli bakhe, ngokunqoba kwakhe ukhetho.

IGhana ibambe ukhetho ngoLwesihlanu nangoMgqibelo, izingqapheli zeCommonwealth, eze-ECOWAS neze-CODEO, zither ukhetho beluvulelekile futhi lunokuthula.

NgoMsombuluko i-CODEO ithumele izingqapheli ezindawei ezahlukene ezweni, ukuyohlola isimo.

"ICODEO iyala bonke abantu bezwe kanye nezinhlangano eziphikisayo ukuthi zamukele imiphumela,” kusho isitatimende.

Umbiko weKhomishana uthi uMahama uwine ngo-50.70% uma eqhathaniswa nembangi yakhe uNana Akufo-Addo, yena othole u-47.74%
 



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C Morning clouds. Mild. Pta: 19-32°C More sun than clouds. Hot.
Jhb: 16-27°C More sun than clouds. Warm. Bloem: 15-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-24°C Showers early. Decreasing cloudiness. Mild. PE: 18-23°C Showers early. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...