'Uzohola iqembu elisha oxoshwe yiqembu elibusayo'

2015-04-07 12:34

Cape Town –  ISekela likaMengameli waseZimbabwe elaxoshwa, uJoice Mujuru, kubikwa ukuthi usekulungele ukuhola iqembu lakhe elisha kulandela ukuxoshwa kwakhe kwiZanu-PF.

Ngokusho kombiko weDaily News yaseZimbabwe, umthombo othembekile uthe uMujuru usekulungele ukuhola iqembu lamahlubuka eZanu-PF elizibiza ngeZanu-PF yangempela.

Funda nalolu daba: Uzovakashela kuleli uMugabe.

Leli qembu lizosebenzisa isiqubulo esithi “People First" okuyisiqubulo esihlukile kweseqembu likaRobert Mugabe iZanu-PF, esithi Patriotic Front.

UMujuru kuthiwa waxoshwa kulandela imizamo yakhe yokugudluza umengameli uMugabe esikhundleni sakhe ngokungekho emthethweni.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Sunny. Cool. Pta: 18-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 17-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 15-28°C Drizzle. Morning clouds. Warm.
Dbn: 20-26°C Heavy rain. Breaks of sun late. Mild. PE: 15-19°C a few showers. More clouds than sun. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...