Uzobuyiselwa eJalimane osolwa ngobuphekula

2012-06-14 15:37
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Isikhulu kuhulumeni eTanzania sithi uhulumeni uzobuyisela emuva umsolwa ecaleni lobushokobezi obenziwa emazweni amaningi, kusho imibiko ngoLwesine.

Isikhulu eMnyagweni wokuphenywa kwamacala obugebengu u-Isaya Mngulu uthe izikhulu zaseTanzania sezikhulumile nezikhulu eJalimane mayelana namalungiselelo okuthi kuthuthwe umsolwa u-Emrah Erdogan.

UMngulu ukhulume emsakazweni wathi u-Erdogan uyilungu le-al-Qaida elwisana ne-Afghanistan.

Umsolwa uneminyaka engu-24 ubudala kanti udabuka khona eJalimane.

Kuthiwa uyathinteka esehlakalweni sokuqhumisa ngebhomu esenzeka eKenya mhlaka-28 Meyi.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-18°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Pta: 8-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-19°C Sunny. Mild. Bloem: 9-23°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 17-29°C High level clouds. Pleasantly warm. PE: 12-20°C Rain late. Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...