Uzobuyela ekhaya umengameli waseMauritania

2012-11-21 07:29
Yabelani Shicilela

Paris - UMengameli waseMauritania uMohamed Ould Abdel Aziz kulindeleke ukuba abuyele ekhaya ngempelasonto ngemuva kokuthola ukwelashwa eParis kulandela ukudutshulwa kwangenyanga edlule, bathi kwaba yiphutha.

U-Aziz, nodla ngakhezo lunye neNtshonalanga ngemizamo yokulwisana nenhlangano yamaphukulazikhuni i-al-Qaeda e-Afrika, wayiswa eFrance ngo-Okthoba 14 ngemuva kokuthi umbutho wezokuvikela udubula inhlabaluhide yakhe ngephutha.

Kodwa amahlebezi asho okunye.

Okhulumela uhulumeni, uRassoul Ould Khal, uthe u-Aziz ulindeleke ukuba atheleke ngoMgqibelo ekuseni.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Reuters

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-17°C Partly cloudy. Mild. Pta: 5-19°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-16°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 1-17°C Sunny. Mild.
Dbn: 12-23°C Sunny. Mild. PE: 11-18°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...