Uyobhadla eMali owaseRwanda

2012-07-04 14:07
Yabelani Shicilela

Arusha - Isiboshwa saseRwanda kwelinye lamacala amakhulukazi ake athethwa yiNkantolo Yamacala kuZwelonke uTheoneste Bagosora, uzodluliselwa eMali la khona ezobhadla nabanye abathize enza nabo amacala, kusho inkantolo.

Abanye abasolwa abayisikhombiza abenza izehlakalo ezaholela ekufeni kwabantu abaningi badluliselwe eBenin, kusho i-International Criminal Tribunal eRwanda.

UBagosora owabe ephethe amasosha aseRwanda ngo-1994, wagwetshwa udilikajele ngoDisemba ka-2008, ekudliseni kwakhe icala ngoDisemba ka-2011 inkantolo yabe seyimnika iminyaka engu-35 esezikhindini.

Kuthiwa waba nesandla ekubulaweni kwabantu, ekudlwengulweni kwabo kanjalo nasekubulaleni okuhlobene nezombusazwe.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-20°C Sunny. Mild. Pta: 10-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-17°C Sunny. Mild. Bloem: 6-16°C Mostly sunny. Cool.
Dbn: 17-22°C Morning clouds. Mild. PE: 11-19°C Passing showers. Clearing skies. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...