Utholakale efile emotweni owaxoshwa uMengameli eZim

2015-06-09 13:31

Harare – Umngani omkhulu wesekela likamengameli waseZimbabwe owaxoshwa, uJoice Mujuru, utholakale eshonile emotweni ngaphandle kwepulazi lakhe eHarare kanti kukholakala ukuthi uzibulele.

Funda nalolu daba: Livele enkantolo iphoyisa elisolwa ngokubulala uzakwabo

Isidumbu sika-Amos Midzi - nowayengungqongqoshe wezezamandla waphinde wabayinxusa eMelika, owamiswa eqenjini likaMengameli uRobert Mugabe iZanu-PF emasowentweni amabili edlule – besisasemotweni yakhe ngezithuba zabo-11:00, nakuba sekudlule amahora angaphezulu kwamabili etholakale, ngokusho kwebamba lomhleli wezindaba kwiZimbabwe Broadcasting Corporation (ZBC).

UMidzi ubeneminyaka engu-62 ubudala.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-23°C Sunny. Mild. Pta: 14-32°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 7-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 20-24°C Morning clouds. Mild. PE: 16-24°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...