Ushumpulwe isandla nonyawo ngelokuphanga

2013-02-28 07:31

Khartoum - Odokotela bahulumeni eSudan bashumpule isandla nonyawo indoda njengesigwebo sokuphanga, kusho inhlangano yamalungelo abantu esigxeke kakhulu lesi senzo.

Ukushumpulwa kuka-Adam al-Muthna isandla nonyawo kwenziwe esibhedlela soMnyango wezangaPhakathi e-Al-Rebat, eKhartoum ngoFebhuwari 14.

UMuthna, 30, walahlwa yicala lokuphanga ehlomile esigamekweni esihlobene nokuhlaselwa kweloli elalithwele abantu, kusho isitatimende seHuman Rights Watch.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 8-13°C Showers early. Morning clouds. Cool. Pta: 5-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-17°C Sunny. Mild. Bloem: 0-16°C Sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 13-19°C More sun than clouds. Cool. PE: 9-16°C More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...