Ushumpulwe ikhanda umsolwa eMali

2012-08-10 07:47

Bamako - Izihonga zamaSulumane enyakatho neMali zishumpule owesilisa ikhanda zimjezisa ngokweba, kusho okhulumela le nhlangano njengoba ikhula imizamo yayo yokubusa kuleliya lizwe.

U-Adnan Abou Walid Saharaoui, okhulumela iMovement for Unity and Jihad in West Africa, ngoLwesine uveze ukuthi lo wesilisa ubulawelwe e-Ansongo ngoLwesithathu.

Izikhulu zisole lo wesilisa ngokweba isithuthuthu.

IMali isezinxushunxushwini njengoba kuke kwavukelwa umbuso ngoMashi.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-15°C Scattered showers. Clearing skies. Cool. Pta: 2-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-16°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 1-17°C Sunny. Mild.
Dbn: 10-24°C Sunny. Mild. PE: 12-19°C Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...