Ushayasibhamu uvulele ngenhlamvu kwabangamaSulumane

2013-01-08 11:04

Kano - Oshayasibhamu abebehamba ngesithuthuthu babulale abantu abathathu ngoMsombuluko ngesikhathi bevulela ngenhlamvu amaSulumane abethandaza enyakatho yeNigeria eKano, kusho amaphoyisa.

Oshayasibhamu abathathu badubule abantu abebezilungiselelela umkhuleko wakusihlwa, kusho okhulumela amaphoyisa uMagaji Majia etshela abe-AFP.

Kulimale umuntu oyedwa kulokhu kuhlasela , laboshayasibhamu kukholakala ukuthi abeqembu lontamolukhuni iBoko Haram.

Udlame oluthinta iBoko Haram' selushiye cishe kushone abantu abantu abangu-3 000 kusukela ngo-2009, kuhlanganisa ukubulala kwamasosha.


 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-15°C Numerous showers. Afternoon clouds. Cool. Pta: 3-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-18°C Sunny. Mild. Bloem: 5-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 10-27°C Sunny. Warm. PE: 10-22°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...