Uqhubekile umshado kaTsvangirai

2012-09-17 10:01

Harare - UNdunankulu waseZimbabwe, uMorgan Tsvangirai, ushadelwe ngu-Elizabeth Macheka yize isinqumo senkantolo sikhiphe ukuthi usashadile ngokomthetho.

Egqoke isudi emnyama, lo mholi, 60, weMovement for Democratic Change ubophe elikasofa silahlane nomkakhe, 35, enkundleni yezemidlalo eHarare, nokungumshado ohanjelwe ngabantu abangu-2 000.

UTsvangirai utshele abalandeli bakhe ngaphambi komshado ukuthi isinqumo senkantolo sinogcobho wezepolitiki.

“Njengeqembu silandela umthetho,” esho.

“Asiwuhlukumezi umthetho, kodwa abanye abantu bayakwenza lokho ngokungabi namahloni."

UMengameli Robert Mugabe — nobemenyiwe kulo mshado — akazange afike.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa-DPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-22°C Morning clouds. Mild. Pta: 13-18°C Numerous showers. More clouds than sun. Mild.
Jhb: 11-15°C Rain showers. High level clouds. Cool. Bloem: 10-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 17-21°C Passing showers. Morning clouds. Cool. PE: 13-18°C a few showers. Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...