Umholi we-M23 ulibhekise eKampala

2012-11-26 14:02

Kampala - Umholi weqembu lamavukelambuso eDemocratic Republic of Congo, iM23, uColonel Sultani Makenga ulibhekisa enhlokodolobha yase-Uganda, iKampala, njengoba emenywe yinhloko yamasosha ase-Uganda, kusho isikhulumi ngoMsombuluko.

"Usendleleni eya eKampala, umenywe yinhloko yamasosha e-Uganda," kusho u-Amani Kabasha etshela abe-Reuters ngocingo esendaweni engadalulwanga.

Amasosha ase-Uganda awatholakalanga ukuphawula ngalokhu.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Reuters

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Abafundi baseNyuvesi bashise ibhasi

Emizuzwini eyi-46 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-16°C Rain showers. Mostly cloudy. Cool. Pta: 12-27°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 9-23°C Morning clouds. Mild. Bloem: 8-19°C Mostly sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 18-22°C Showers early. Mostly cloudy. Cool. PE: 14-21°C Showers early. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...