Ulungiselela ukufungiswa uMorsi

2012-06-29 07:28

Cairo - UMengameli omusha waseGibhithe ophuma ngaphansi kweMuslim Brotherhood, uMohamed Morsi, kulindeleke ethule inkulumo eTahrir Square, njengoba kulindeleke agcotshwe.

Imininingwane yokugcotshwa kukaMorsi ikhishwe ngoLwesine, kanti ithi lo mcimbi uzoba ngaphambi kweNkantolo eNkulu ngoMgqibelo ekuseni ngabo-09:00.

Emuva kokugcotshwa uMorsi uyobe esehambela umcimbi wokubhiyoza ozoba seCairo University.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Reuters

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-23°C Sunny. Mild. Pta: 18-32°C Showers early. More sun than clouds. Hot.
Jhb: 16-27°C Showers early. More sun than clouds. Warm. Bloem: 16-33°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 20-28°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. PE: 17-25°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...