UZuma uhalalisele uKoroma

2012-11-27 14:02
Yabelani Shicilela

Johannesburg - UMengameli Jacob Zuma uhalalisele uMengameli waseRepublic of Sierra Leone u-Ernest Bai Koroma ngokuphinde aqokelwe ekutheni aqhubeke nokuqhoqhobala lesi sikhundla.

"UMengameli Zuma nabantu baseNingizimu Afrika bathanda ukuncoma abaseSierra Leone ngesasasa abalitshengisile ngesikhathi kunokhetho," kusho uZuma.

Ube esencenga abantu baseSierra Leone ukuba bangashintshi ekugcineni izwe linokuthula ngesikhathi besalinde iNational Electoral Commission ukuba iphothule umsebenzi wokumemezela imiphumela yokhetho lwezindawo.

Ube eseqinisekisa umengameli Koroma ukuthi bazoqhubeka nokuleseka izwe, njengoba iSierra Leone isaqhubeka nokubuyisela izinto esimweni kulandela iminyaka yezimpi.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-25°C High level clouds. Mild. Pta: 9-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 9-21°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 11-25°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 19-26°C Early fog followed by sunny skies. Mild. PE: 15-23°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...