UTsvangirai uzidonsela amanzi ngomsele - Zanu-PF

2012-10-12 14:04

Cape Town - UNgqongqoshe wezobuLungiswa eZimbabwe nophinde abe ngumxazululi weZanu-PF kweleGlobal Political Agreement, uPatrick Chinamasa usefunge wagomela ukuthi uNdunankulu uMorgan Tsvangirai ngeke alunqobe ukhetho oluzayo.

Umbiko weBBC ngoLwesine ukhiphe uChinamasa ethi uTsvangirai "uzidalela amazinyo abushelelezi" ngokukhankasela izinto "ezimelene nezifunwa abantu baseZimbabwe".

"UTsvangirai ngeke alunqobe ukhetho. Izinto azikhankaselayo ziyaphambana nezifunwa yizwe, noma ngabe ukhuluma ngomhlaba noma yikuphi okunye."

"…. Baningi abantu abasha abadlala indima emzabalazweni, kumanje bangcwatshwa emathuneni angaziwa."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-25°C Sunny. Warm. Pta: 19-30°C Rain late. Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 16-26°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. Bloem: 14-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-21°C Showers late. Increasing cloudiness. Cool. PE: 16-18°C Showers early. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...