UMugabe uvivela ukhetho

2012-12-06 14:01

Harare - UMengameli Robert Mugabe ulungiselela inkomfa ezobanjwa yiqembu lakhe iZanu-PF kuleli sonto njengoba kubhekwe okhethweni eZimbabwe.

Le ngqungquthela yaminyaka yonke, nezoqala ngoLwesihlanu, eyokugcina ngaphambi kokhetho lobumengameli oluhlelelwe unyaka ozayo.

UMugabe, nowaphatha iZimbabwe kusukela ithola uzimelegeqe, unethemba lokusebenzisa lolu khetho njengendlela yokuqinisa ukuhlala kwakhe emandleni.

Lo mholi, 88, kumanje ubusa izwe ngokubambisana nembangi yakhe uNdunankulu uMorgan Tsvangirai.

Kanti ubhekene nohide lwezinselelo kuleliya lizwe elingenzi kahle ngakwezomnotho.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-19°C Sunny. Mild. Pta: 8-19°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-14°C Sunny. Cool. Bloem: 2-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 12-22°C Showers early. Morning clouds. Cool. PE: 9-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...