UMorsi ushiye ikomkhulu

2012-12-05 07:30

Cairo - Amaphoyisa ase-Egypt abebhekene nengwadla yokulawula izinkulungwane zababhikishi ngaphandle kwekomkhulu lapho kuhlala khona uMengameli Mohamed Morsi.

Lokhu kudale ukuthi uMorsi aphume ngesamagundane, kusho imithombo esebenza eHhovisi likaMengameli.

Amaphoyisa adubule ngosisi olukhalisa unyembezi ababhikishi ababalelwa ku-10 000 abebewotha ubomvu ngesinqumo sikaMorsi sokufuna ukuvimbela ukuqhubeka kokuchitshiyelwa koMthethosisekelo omusha.

Lesi sixuku sithe lesi yisixwayiso sokugcina esibhekiswe kuMorsi.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Reuters

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-19°C Rain. Morning clouds. Pleasantly warm. Pta: 18-33°C Mostly sunny.
Jhb: 17-27°C More sun than clouds. Bloem: 16-33°C Rain early. More sun than clouds. .
Dbn: 19-24°C Rain late. More sun than clouds. . PE: 17-22°C Afternoon clouds.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...