UMorsi ubeke usuku lokhetho

2013-02-22 14:02

Cairo - UMengameli wase-Egypt uMohammed Morsi usephakamise ukuthi kubanjwe ukhetho lokuqoka isiShayamthetho ngo-Ephreli.

Ukusho lokhu ngemizamo yokuthulisa udlambedlu oluqhubeka emigwaqeni yezwe.

UMorsi uthembise izwe ukuthi ukhetho luzoba ngo-Ephreli 27, kuthi umzuliswano wokugcina ube ngoJuni.

Kulesi sethembiso, uMorsi uthe isiShayamthetho sobe sesiqala ukusebenza ngoJulayi 6.

Kusukela kwakhishwa ngendluzula uMengameli Hosni Mubarak ngesikhathi kuvukelwa uMbuso ngo-2011, izwe alikaze lizinze.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-17°C Scattered showers. More sun than clouds. Cool. Pta: 6-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 7-22°C Sunny. Mild. Bloem: 7-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 13-28°C Sunny. Warm. PE: 11-21°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...