UMorsi emizamweni yokuletha uxolo

2013-01-31 07:27
Yabelani Shicilela

Cairo/Berlin - Iziphathimandla zase-Egypt zenza konke okusemandleni ngaphansi komyalelo kaMengameli Mohamed Morsi,ukuqeda ukuchitheka kwegazi ezweni kusukela athatha amandla.

Kudutshulwe kwabulawa abanye ababhikishi ababili ngaseTahrir Square ngoLwesithathu, ngemuva kosuku inhloko yezombutho wezempi isandla kuxwayisa ukuthi izwe lingase lifadalale uma abalandeli nezimbangi zikaMorsi bengathelelani amanzi.

Sekubulawe abantu abangaphezu kuka-50 kulezi zinsuku eziyisikhombisa zemibhikisho.

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Reuters

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-16°C a few showers. More sun than clouds. Cool. Pta: 3-17°C Sunny. Mild.
Jhb: 2-13°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 1-15°C Sunny. Cool.
Dbn: 9-25°C Sunny. Mild. PE: 12-20°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...