UMengameli ujabule ngokuhoxiswa kwamacala

2014-12-05 17:29

Nairobi – UMengameli waseKenya u-Uhuru Kenyatta uthi ujabule kakhulu ngemuva kokuzwa izindaba zokuthi amacala abethweswe wona e-International Criminal Court asehoxisiwe, waphinde wathi ufuna kuhoxiswe nalawo atheswe iphini lakhe uWilliam Ruto.

Ubehambele umhlangano wezikhulu kanye nabamabhizinisi ngesikhathi ethola lezi zindaba.

Funda nalolu daba: UMugabe uxwayise labo abazama ukumqumba phansi.

Eqala ukuphawula, uthe: "Sekusukile okokuqala, sekusele okubili,” ekhuluma ngoRuto kanye nomunye waseKenya nabo ababhekene namacala okubulala.

Uthe ujabule kakhulu ngendlela yokuthi ubefuna nokutshekedula abheke ekhaya ayobikela unkosikazi wakhe lezi zindaba.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- Reuters

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-26°C Sunny. Mild. Pta: 19-32°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 17-30°C High level clouds. Pleasantly warm. Bloem: 18-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 21-30°C High level clouds. Warm. PE: 20-27°C More sun than clouds. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...